Xhumana nabantu, izindawo, namasiko ngaphandle kwemingcele yolimi

Humusha ngekhamera yakho

Vele ukhombe ikhamera yakho bese uhumusha ngokushesha lokho okubonayo

Ayikho i-Inthanethi? Inkinga ayikho.

Dawuniloda ulimi ozoluhumusha ngaphandle kokuxhumeka kwe-inthanethi

Iba nengxoxo

Khuluma nomuntu okhuluma ulimi oluhlukile

Ifoni ye-Pixel ebonisa indlela yebhayisikili enegama elithi 'yima!.' kuhunyushwe ukusuka ku-Japanese ukuya esiNgisini ngezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso Ifoni ye-Pixel ebonisa umsebenzi Wokudawuniloda Ungaxhunyiwe kwi-inthanethi ye-Translate enezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso Ifoni ye-Pixel ebonisa umsebenzi Wengxoxo Ye-Translate enezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso

Humusha inkulumo kanyekanye

Vula okuthi Loba ukuze uqonde okushiwo

Humusha kusukela kunoma iyiphi i-app

Kungakhathaliseki ukuthi ukuyiphi i-app, vele ukopishe umbhalo bese uthepha ukuze uhumushe

Thayipha, yithi, noma bhala ngesandla

Sebenzisa okokufaka kwezwi noma izinhlamvu zokubhala ngesandla namagama angasekelwe yikhibhodi yakho

Ifoni ye-Pixel ebonisa umsebenzi Wokuloba we-Translate onezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso Ifoni ye-Pixel ebonisa umsebenzi Wokuthepha ukuze Uhumushe we-Translate onezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso Ifoni ye-Pixel ebonisa umsebenzi Wokubhala Ngesandla we-Translate ngezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso

Ilondoloziwe

Ukuhumusha Idokhumenti

Ukuhumusha Iwebhu

Londoloza ukuhumusha kwakho

Finyelela kumagama nemishwana ngokushesha kunoma iyiphi idivayisi ngokuyilondoloza

Ikhompyutha ephathekayo enezithombe ebonisa umsebenzi we-Translate's Phrasebook onezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso

Yini ekuleyo dokhumenti?

Layisha amafayela akho ukuze uwahumushe ngomlingo endaweni ngaphandle kokulahlekelwa ukufometha kwawo

Ikhompyutha ephathekayo enezithombe ebonisa umsebenzi Wokuhumusha Idokhumenti Ye-Translate enezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso

Humusha amawebhusayithi

Udinga ukuhumusha lonke ikhasi lewebhu? Vele ufake i-URL ukuze uhumushe lonke ikhasi lewebhu.

Ikhompyutha ephathekayo enemifanekiso ebonisa umsebenzi Wokuhumusha Iwebhusayithi ye-Translate enezithonjana ezisekelayo nemimo enemifanekiso

Zama i-Google Translate

Qala ukusebenzisa i-Google Translate browser yakho. Noma skena ikhodi ye-QR ngezansi ukuze udawunilode i-app ukuze uyisebenzise kudivayisi yakho yeselula.

Dawuniloda i-app ukuhlola umhlaba futhi uxhumane nabantu ngezilimi eziningi.

Thola uhlelo lokusebenza